Ibhizela labulala indlovu lokhu kuchaza ukuthi umuntu uyabulawa yinto eyize noma yinto encale ethathwa kancane.
Kuchaza ukuthi Kuzokwenzeka ebekungalindelekile. Ngokomthetho ulindele indlovu ibulale intuthwane kodwa yintuthwane ebulale indlovu,
so kwenzeke obekungalindelekile.
Ibhizela ladla indlovu: into encane nje ingaba yingozi enkulu.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |